WorryFree Computers   »   [go: up one dir, main page]

Opera Browser: Fast & Private

Iqukethe izikhangisoUkuthenga ngaphakathi nohlelo
4.7
4.66M izibuyekezo
100M+
Okudawunilodiwe
Isilinganiselwa sokuqukethwe
Wonke umuntu
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini
Isithombe sesithombe-skrini

Mayelana nalolu hlelo lokusebenza

Isiphequluli se-Opera isiphequluli sewebhu esisheshayo, esiphephile sedivayisi yakho ye-Android, esifaka phakathi ukuphakela kwezindaba okuqaliswe kabusha, isivimbeli sesikhangiso esakhelwe ngaphakathi kanye ne-VPN yamahhala.

★ Izici eziphezulu ★

● Vimbela izikhangiso ngokuphequlula okusheshayo:
Isivimbeli sesikhangiso sakhona se-Opera sikusiza ukuthi ususe izikhangiso eziphazamisayo futhi ilayishe amakhasi akho ngokushesha ukuondisa umuzwa wakho wokuphequlula.

● I-VPN emahhala, nengakhawulelwe futhieyakhelwe ngaphakathi:
Thuthukisa ubumfihlo bakho nokuphepha kwakho nge-VPN eyakhelwe ngaphakathi nemahhala. Vula i-Opera VPN kumodi eyimfihlo futhi ikheli lakho le-IP lizomiselelwa ngalela lokubona ukukusiza ukuthi ugweme indawo engahlosiwe nokukhonjwa kwalwazi lokwaba.

● Iskena se-QR nebhakhodi esakhelwe phakathi : 
Finyelela iskena se-QR nebhakhodi esakhelwe phakathi kalula. Vele uthephe ibha yokusesha iskena sizovela ngakwesokudla. Bhekisa ikhamera yakho kunoma iyiphi ikhodi ye-QR/ibhakhodi, izoskeneka ngokuzenzakalelayo.

● Ukugeleza: ixhuma kalula kuwo wonke amadivayisi akho : 
Isici Sokugeleza esidumile sivumela amfayela, izixhumanisi noma izithombe ozabelana ngokushesha ukuba zivele kuwo wonke amadivayisi Anokugeleza, kukuvumele ukuba ushintshe kalula phakathi kwe-iPhone yakho, ifoni ye-Android, ithebulethi nekhomphuyutha.

● Okuphakelwayo kwezindaba ezenziwe ngezifiso:
Kuxhaswe injini yezindaba ye-smartest AI, okuphalekayo kwezindaba eziqaliswe kabusha kukuvumlea ukuthi uswayiphele okhethweni lezindaba zangokwezifiso ngaphakathi kwesiphequluli, ubhalise kuzihloko zakho ozithandayo, futhi ulondoloze izindaba ongazifunda kabanzi. Finyelela ezindabeni ze-AI ezikhethiwe ezenzelwe okuthandayo.

● Imodi yasebusuku:
Imodi yasebusuku ye-Opera ikunikezela ngezinketho zokukhanya ezilungisekayo ukuthola umuzwa wokufunda onethezekile ebumnyameni okulimala okuncane kwamehlo. Imodi yasebusuku ifinyeleleka kalula kusuka kumenyu enkulu.

● Phatha amaphasiwedi futhi ugcwalise ngokuzenzakalelayo amakhadi esikwele:
Ngena ngokulondolozwa okuzenzakakelayo kwamaphasiwedi ngezinhlangothi nokugcwalisa ngokuphephile ulwazi lwakho lenkokhelo ngokuthenga ku-inthanethi.

● Ukuphequlula kwemfihlo:
Sebenzisa amathebhu ayimfihlo ukuze uye ku-incognito noma yikuphi ku-inthanethi ngaphandle kokushiya umzila kudivayisi yakho. Shintsha kalula phakathi kokuphequlula okuyimfihlo nokuvamile kugalari yethebhu.

● Funda ngokunethezekile kunoma isiphi isikrini:
Isiphequluli se-Opera sibandakanya isilungiselelo wosayizi wombhalo okusiza ukuthi ujwayele amakhasi ngokuya ngezintandokazi zakho zokufunda. Okubaluleke kakhulu, kusebenza kahle ngokuhlangene nesimbozi sombhalo esizenzakalelayo ngomuzwa wokufunda ongaqondile.

● Phatha ukulanda kalula:
Isiphathi sethu sokulanda esisha yenza ukulanda amafayela kubelula futhi kusheshe kunangaphambilini! Ungawahlunga kalula futhi wabelane elinye nelinye into elandiwe, asuse kusuka efonini yakho noma asuse kusuka kuhlu lokulanda ngokuswayipha okusheshayo kwesokudla noma kwesokunxele. Futhi sisekela ukulanda kwasemuva uma unokulanda okuqhubekayo kodwa udinga ukuvula olunye uhlelo!

● Vumelanisa amadivayisi akho e-Opera:
Zinike ukufinyelela kuwo wonke amabhukhimakhi akho, izinqamuleli zokudayela Okusheshayo nokuvula amathebhu kusuka kwamanye amadivayisi akho nge-Opera.


I-Opera ingabonisa izikhangiso kusuka ku-Facebook. Ukuze ufunde kabanzi, bona https://m.facebook.com/ads/ad_choices

Hlala nathi:
Twitter – http://twitter.com/opera/
Facebook – http://www.facebook.com/opera/
Instagram – http://www.instagram.com/opera

Imigomo nemibandela

Ngokulanda lolu hlelo, uyavumelana nesivumelwano selayisense yomsebenzisi wokugcina ku-https://www.opera.com/eula/mobile. Futhi, ungafunda indlela I-Opera ephatha futhi evikela ngayo idatha yakho ku-https://www.opera.com/privacy.
Kubuyekezwe ngo-
Mey 6, 2024

Ukuphepha kwedatha

Ukuphepha kuqala ngokuqonda ukuthi onjiniyela baqoqa futhi babelane kanjani ngedatha yakho. Ubumfihlo bedatha nezinqubo zokuphepha zingahluka kuye ngokusebenzisa kwakho, isifunda, nobudala. Unjiniyela unikeze lolu lwazi futhi angalubuyekeza ngokuhamba kwesikhathi.
Le app ingabelana ngalezi zinhlobo zedatha nezinkampani ezingahlobene ngqo
Idivayisi noma amanye ama-ID
Le app ingaqoqa lezi zinhlobo zedatha
Indawo, Ulwazi lomuntu siqu nabanye abangu-4
Idatha ibetheliwe lapho ithunyelwa
Ungacela ukuthi leyo datha isulwe

Izilinganiso nezibuyekezo

4.7
4.3M izibuyekezo
Mafedile.E. Mphuthi
Januwari 7, 2023
Ungo thandiweyo ngoba sibona okubalulekile
Ingabe uthole lokhu kungusizo?

Yini entsha

Thanks for choosing Opera! Now you can customize the bottom toolbar for quicker access to your favorite functions.

More changes/additions:
- Chromium 124
- In-app notification settings
- Import bookmarks
- Summarize webpages with Aria
- Latest Chromium security updates (2024-05-02)